Ukudilizwa Kwekhansela laseWard 31

If you are in support of ukudilizwa kweKhansela laseWard 31 ngenxa yalezi izizathu:

Akawuhloniphi umphakathi kanye nezimfuno zawo.

Akafuni ukubambisana nomphakathi.

Akakulungele ukuhola umphakathi kwazise uhlezi ekhala ngokungaphatheki makumele ahlanganyele kunye nomphakathi ukuxazulula izinkinga zawo.

Akezi kumameeting noma ecelwa ngokukhethelekile okwenza kube nzima ukuxhumana naye ngoba nemihlangano akayibizi ngokwakhe kanti nasocingweni kunzima ukumthola.

Akazigcini izethembiso azenzayo emphakathini okukhomba ukungawuhloniphi umphakathi.

Akukho oguquko aseze nalo ukukhombisa ukuzama ukulwela intuthuko yomphakathi njengalokhu ayethembisile.


Ward 31 Community Members    Contact the author of the petition

Sign this Petition

By signing, I accept that Ward 31 Community Members will be able to see all the information I provide on this form.

We will not display your email address publicly online.

We will not display your email address publicly online.


I give consent to process the information I provide on this form for the following purposes:




Paid advertising

We will advertise this petition to 3000 people.

Learn more...